Isiphokozisi
Appearance
Isiphokozisi siyisiklamo esidingilizayo esinamacembe ayonzayo ahlonywe ngokocophelela ngokwsimo esinsongensonge, okuthi lapho eshwilwa enza kube kube nompokozo eya phambili phakathi komtshoko ofana namanzi noma umoya. Iziphokozisi ziyasetshenziswa ekufutheni umtshoko ethunjini noma ukuze kukhandwe impokozo yomkhumbi emanzini noma yendiza emoyeni.